ISundowns isihlwithe isilomo sePirates

2017-08-03 14:03

Cape Town – Isilomo somdlali we-Orlando Pirates, u-Oupa Manyisa, sesisayine nezimbangi, iMamelodi Sundowns.

Lezi zindaba ziqinisekiswe uSihlalo waleli qembu, u-Irvin Khoza, ngoLwesine esithangamini sabezindaba.

Kulesi sithangami kuphinde kwamenyezelwa nomqeqeshi omusha walezi zinkunzi zaseSoweto, uMilutin 'Micho' Sredojevic. Lokhu kulandela ukusula kobengumqeqeshi wale kilabhu, uKjell Jonevret.

OLUNYE UDABA:IPirates isimemezele umqeqeshi omusha

UMicho, njengoba edume kanjalo ebholeni, manje usebuyela kulesi sihlalo esishisayo ngemuva kweminya engu-10.

Ngaphambilini waqeqesha aMabhakabhaka izinyanga eziyisikhombisa kusukela ngoJulayi 2006 kuya kuJanuwari 2007.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.