IThanda Royal Zulu idedele owayengumdlali weChiefs

2017-01-09 11:30

Johannesburg - IThanda Royal Zulu isidedelwe owayengomdlali weKaizer Chiefs, uSteven Ncanana, kanti futhi isidalule ukuthi ngeke isayinise abadlali abangaphezu kwabane ngalesi sikhathi sokuthengwa kwabadlali.

Leli qembu eliqhwakele esicongweni kuFirst Division liphinde ladedela uThabang Makgabutlane noThulani Khiwnana, osayiniswe ngasekuqaleni kwesizini esuka kwiRoyal Eagles.

OLUNYE UDABA: Babongwe ngokwelulelwa ikhefu abeDowns

UNcanana udlale kahle esakwiChiefs kanti ngemuva kwalokho ibhola lakhe belilokhu lehla.

“Sivumelene ngokudabula inkontileka. Okwenzekayo ukuthi njalo ngemuva kwezinyanga eziyisithupha sibuyekeza izinkontileka zabadlali,” kusho isikhulu esiphezulu seThanda uThembinkosi Biyela etshela iKickOff.com.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.