ITheku lingase lilahlekelwe yimidlalo yama-Commonwealth ngo-2022

2016-10-21 18:01

Cape Town – IDolobha iTheku lingase libe sebungozini bokulahlekelwa ukusingatha imiDlalo yama-Commonwealth ngonyaka ka-2022, lokhu kudalulwe uMengameli we-SASCOC, u Gideon Sam.

Ngokombiko we- Eyewitness News, iTheku lingase liphucwe le midlalo, ngaphandle uma lihlangabezana nemibandela eminingi ngomhlaka 30 kuNovemba.

OLUNYE UDABA: Imibono eyehlukene ngowamaCommonwealth

Phakathi kwezinye zezingqinamba ezivelayo kubalwa ukuthi imidlalo yama-Commonwealth ngo-2022 ayikabi nalo ikomiti eliyihlelayo kuleli kanye nokuthi uhulumeni waseNingizimu Afrika nawo awukaziqinisekisi izinhlelo zokukhokha okukanye ukhokhe imali kwi-Commonwealth Games Federation (CGF).

“Isimemezelo singaya noma ngakuphi ukusho ukuthi sesikulungele ukuqhubekela phambili, noma sesibheke izimo zethu kanye nezinsiza ezweni futhi sizizwa sengathi akumele siqhubekele phambili,” kusho uSam engeza ngokuthi balindele ukuthola impendulo ungakadluli umhlaka 30 kuNovemba.

Uma iTheku ligcina lisingathe le midlalo kuzoba ngokokuqala emlandweni le midlalo isingathwa yidolobha lase-Afrika. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.