ITheku liyaxolisa kubagibeli bamabhasi njengoba engabonwa

2016-07-22 07:41

Durban - UMasipala waseThekwini ucela abagibeli bamabhasi bazame ezinye izinsiza zokuthutha namuhla njengoba amabhasi engabonwa.

UMasipala ukhiphe isitatimende izolo (ngoLwesine) ebusuku uthi kulindeleke ukuba kuteleke amabhasi aseThekwini namuhla.

OLUNYE UDABA: Basale dengwane abagibeli bamabhasi eGoli

Iziphathimandla zithi ziphezu kwemizamo yokuxazulula lenkinga yezokuthutha umphakathi edolobheni, wathi bazokwenza konke okusemandleni ukuyixazulula ngokukhulu ukushesha.

ITheku liyaxolisa kakhulu kubagibeli bamabhasi, kubika iNewswatch.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.