Ithemba emndenini olahlekelwe yingane kutholakala isidumbu

2017-03-22 12:00

Cape Town – Umndeni wentombazane edukile uRene Roman, 13, uhlalele ethembeni kulandela ukutholakala kwesidumbu emzini osemgwaqeni owodwa nalapho behlala khona.

"Okwamanje asikabi naso isiqiniseko, sizobona ukuthi kuzokwenzakalani,” kusho ubaba kaRene, uMervin Jacobs, etshela iNews24.

Amaphoyisa adonswe yiphunga elibi kulandela ukubizelwa endaweni yesigameko emzini okuSt Agatha Street, eLavender Hill, ngoLwesibili ekuseni.

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape u-FC van Wyk uthe leli phunga beliqhamuka ngemuva kwalo muzi.

“Kube sekutholakala isidumbu sowesifazane ebese siqala ukonakala, sigoqwe ngokhaphethi,” esho.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa acela ukufuniswa owesifazane odukile

Izandla nezinyawo bekuboshwe ngentambo, kanti ubekhunyuliwe ezinye izingubo.

Kuvulwe icala lokubulala kanti bekungakaboshwa muntu okwamanje.

UVan Wyk uthe iminyaka kamufi ibingakaziwa okwamanje.

“Kuzohlolwa isidumbu ukuze kuhlonzwe umufi kuphinde kutholakale nokuthi ushone kanjani,” kuqhuba uVan Wyk.

URene, ochazwe njengomntwana obehlonipha futhi ezithobile, waduka ngomhlaka-10 Mashi emini bebade.

Wayelekelela umama wakhe bethula izingubo kulayini ngesikhathi ecela ukuyothenga ama-chips esitolo, kepha kuthiwa akazange afike esitolo yize siseduzane nakubo.

Ngaphambilini kwakhishwa umehlokaboni ka-R20 000 kulowo ongaba nolwazi olungaholela ekutheni abuyele ekhaya ephephile.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.