"Ithiphu uyoyithola mhla nabuyisa umhlaba", kutshelwa uweta womlungu

2016-04-30 10:03

Johannesburg - UNtokozo Qwabe ongomunye wabaholi bomkhankaso iRhodesMst Fall e-Oxford University ubhale enkundleni yezokuxhumana iFacebook echoma ngendlela aphathe ngayo uweta endaweni yokudlela.

UQwabe ubhale kwi-bill ethi "Sizokunika ithiphu mhla nabuyisa umhlaba".

OLUNYE UDABA: Ahoxisiwe wonke amacala abafundi base-UCT

Uweta ngowesifazane womlungu.

UQwabe uthe lo wesifazane uvele wakhihla esikanandi. UQwabe ebhala kuFacebook umbhalo uwuqale ngohleko "LOL", lo mbhalo wakhe usuthandwe ngabantu abangaphezu kwabangu-90 wasabalaliswa ngabantu abangaphezu kwabangu-23 ekhasini lakhe.

Abanye babangani bakaQwabe kuFacebook abazange baze bachazeke neze kodwa yize kunjalo u-Annie OT ubhale ukuthi "Ngiyakuthanda impela kodwa uweta pho? Ngabe nguye oweba umhlaba?" ebuza uQwabe.

OKubhalwe ku-Facebook:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.