Itholakale kwaNobamba imoto okubikwe ukuthi yebiwe

2017-08-04 19:35

kwaNobamba - Igcine itholakele imoto eyebiwa elokishini laseSoweto ekuqaleni kwalo nyaka, kubika i-Escort News.

Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-35 ubudala ngokutholakala nemoto eyebiwe.

Lo mlisa uboshwe amaphoyisa aseWeenen ngoLwesine ngesikhathi ephenya ngemoto eyebiwe.

OLUNYE UDABA:BUKA: Owesifazane ethathelwa imoto eThekwini

"Uphenyo lubonisa ukuthi le moto yohlobo lwe-Honda yebiwe eDobsonville eSoweto ngoJanuwari kulo nyaka," kuwho uKaputeni Charmaine Struwig okhulumela amaphoyisa.

Lo mlisa ubhekene necala lokutholakala nemoto eyebiwe kanti kulindeleke ukuba avele enkantolo kungekudala.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.