Itholwe ilenga kwi-gazebo indoda eGoli

2016-07-19 07:15

Johannesburg - Indoda okukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa kweko-50 ubudala itholwe ilenga kwi-gazebo eGermiston Lake empumalanga neGoli, kusho abosizo lokuqala.

Abe-ER24 babizelwe endaweni yesigameko ngemuva kokuba amalungu omphakathi ebone le ndoda ilenga.

OLUNYE UDABA: Utholwe eseyisidumbu owesifazane obelahlekile

"Ngesikhathi abosizo lokuqala befika bafice le ndoda ilenga kwi-gazebo. Ngesikhathi ihlolwa azikho izimpawu ebezitshengisa ukuthi isaphila.

"Ngeshwa akukho abosizo lokuqala abebesangakwenza ukuhlenga le ndoda kodwa yahlonzwa njengoshonile," kusho i-ER24.

"Abosizo lokuqala i-ER24 bashiye iziphathimandla zisendaweni yesigameko ziphenya," kuqhuba i-ER24, kubika iTMG.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.