Itholwe isiyisidumbu intombazane, 7, eyaduka ngoLwesine

2016-05-15 09:01

Vrede -  Sitholiwe isidumbu sentombazane eneminyaka engu-7 ubudala eyaduka eVrede ngoLwesine, kusho amaphoyisa aseFree State.

Le ntombazane itholwe isiyisidumbu egcekeni lomuzi okuleli dolobha ngoMgqibelo ekuseni ngovivi, kusho uSergeant Tshegofatso Maliehe.

Le ngane yagcina ibonwe nguthisha wayo nabanye abafundi ekilasini ngesikhathi iphume iya endlini encane yangaphinde yabuya.

OLUNYE UDABA: Kutholwe isidumbu emfuleni

"Umufi obesagqoke umfaniswano wesikole utholwe ngumnikazi womuzi kuMashinini Street egcekeni eceleni kwesikole," kusho uMaliehe.

"Ngokusho komnikazi womuzi lapho okutholwe khona isidumbu, ubone into engathi igowe ngoplastiki egcekeni wabe esebiza amaphoyisa."

Isidumbu sizohlolwa ukuze kuzotholakala imbangela yesigameko sokushona kwalo mfundi. Kuvulwe icala lokubulala ukuze kuzophenwa, bekungakaboshwa muntu, kushi uMaliehe.

Onolwazi ngesigameko uyacelwa ukuba athinte iVrede family violence, child protection, and sexual offences (FCS) unit ku-071 686 0414.


- Africa News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.