Ivalelwe emotweni ebizama ukuyeba inswelaboya

2017-11-02 07:01

Cape Town - Osolwa ngokuba yisigebengu esijema izimoto uhlangane nezimbila zithutha ngesikhathi ezama ukwenza ubugebengu.

Lokhu kwenzeke ngesikhathi lesi sigebengu sizama ukujema iBMW X5 ebipake ngaphandle kwebhizinisi likamasingcwabisane.

Lesi sigebengu sijeme le moto ngesikhathi umnikazi ehla kuyo kanti kukhona ababhekile.

Sithe siqeda kungena emotweni sithi siyayeba, kwafika abantu abalinganiselwa ku-30 abavele bayivala iminyango yale moto lesi sigebengu siphakathi.

Kuze kwabuya umnikazi uDkt Zygmunt Piotrowski, wathola le ndoda isasemotweni kodwa engazi ukuthi ingene kanjani.

OLUNYE UDABA: 'Kuzokwebiwa' izimoto kuvaleliswa isigebengu esibulawe ngamaphoyisa

"Ngihambe ngaya esitolo esingale komgwaqo, uma ngibuya ngibone kunowesilisa ohleli ngemuva emotweni yami. Angimazi ukuthi ungene kanjani emotweni yami ngoba bengiyikhiyile.

"Ngibonga ukuba khona kwalaba bantu abasize ukuvalela le nswelaboya emotweni kwaze kwafika amaphoyisa," kusho umnikazi.

Abebekhona bathi lesi sigebengu besesijuluke simanzi te ngesikhathi kufika amaphoyisa njengoba bekuvalwe wonke amawindi.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.