Ivele yasangana indoda efice umkayo neshende embhedeni

2016-05-01 14:01

Harare - Indoda ebesiyibhunguka ekhaya ifice umkayo eqhoqhobelwe yenye indoda embhedeni endaweni yaseGweru ngesikhathi ifika iphuma eNingizimu Afrika.

UTaviwana Mazuru oneminyaka engu-35 ubudala waseMkoba Vilalge 13 uvele wasanagana walimaza kanzima isoka, uPaidamwyo, 37, lenkosikazi, uJoy Chitapa, alifice linqunu nomkakhe.

Konke kuvele kwabheka phezulu ngesikhathi amaphoyisa aseMkoba One abehlome ngezibhamu ama-AK47 ngemuva kokuba uMazuru ekhiphe istun gun okokushokha umuntu ngesikhathi ezama ukumbopha.

OLUNYE UDABA: Umfundisi ubanjwe oqotsheni ezitika ngoshadile

UMazuru uthe okwenzekile ukuthi ngahamba ngo-2014 ezweni ngiye eNingizimu Afrika  kanti angikaze ngibye selokhu  kodwa umkami ubehlezi engivakashela.Ngibuye ekhaya ngemuva kokuba izihlobo nabangani bami bengitshele ukuthi unkosikazi wami usejola nomakhelwane uPatsiki.

"Ngesikhathi ngifika endlini uChitapa unqabile ukuvula umnyango ngase ngiphula ifastela ukuze ngizongena.

"Ngesikhathi ngingena uPatsiki uzame ukubale kodwa ngamukheqa wawa phansi  ngase ngimshaya ngemshiza ngaphambi kokumshokha ngestun gun sami. Umkami ube esebiza udadewabo uKundai oyiphoyisa eMkoba One ofike nenqwaba yamaphoyisa abehlomile  ezongibopha," kusho uMazuru.

UMazuru uboshiwe kodwa uPatsiki noChutapa balisula udaba ngemuva kokuba uPatsiki encenge lezi zizthandani ngokuthi icala lozowumosha umshado wazo, kubika iMyZimbabwe.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.