Ivelile indoda esolwa ngokubulala owesifazane

2017-06-06 18:01

Pretoria - Ivelile indoda eNkantolo yeMantshi yaseCullinan ngoMsombuluko ngecala lokubulala owesifazane oneminyaka engu-23 ubudala.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Mavela Masondo uthe isidumbu sowesifazane sitholwe kwesinye isakhiwo ngoLwesithathu olwedlule eKameeldrift, kubika iRekord East.

"Kusolwa ukuthi isidumbu somufi silahlwe umuntu obehamba ngetekisi yohlobo lwe-quantum kwesinye isakhiwo sase sitholwa abasebenzi abebeyongena emsebenzini," kusho uMasondo.

OLUNYE UDABA:Kutholwe isidumbu sowesifazane sinqunu

Umufi uhlonzwe njengowesifazane waseDanville, entshonalanga yePitoli.

Umsolwa, oneminyaka engu-43 ubudala, uboshwe ngoLwesine ngemuva kokuthungathwa amaphoyisa.

"Amaphoyisa ashaqe isibhamu aphinde athatha netekisi lohlobo lwe-Toyota Quantum okukholakala ukuthi yiyo ebisetshenziswa ngesikhathi sesigameko," esho.

UMasondo uthe ukuboshwa komsolwa kuqinisekisa khona ukuzibophezela kwamaphoyisa ekunqandeni ukuhluklunyezwa kwabantu besifazane.

UKhomisana wamaPhoyisa aseGauteng uDeliwe De Lange ubonge izakhamuzi ezisebenzisane namaphoyisa, kwaholela ekutheni kuboshwe le ndoda.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.