Ivideo: Abesifazane beba iskhwama sekhasimende kwa-Spur

2016-08-11 14:30

Cape Town - Uma uzikhiphele esitolo sokudlela, le video ingakusiza kakhulu njengoba ikutshengisa ukuthi kungani kufanele ugcine impahla zakho ezibalulekile endaweni ephephile futhi esobala.

Le video ephume (izolo) ngoLwesithathu yasabalala enkundleni yezokuxhumana iFacebook  itshengisa abantu besifazane abathathu bebela ikhasimende isikhwama salo.

OLUNYE UDABA: Ushayiswe yimoto obejaha omphuce isikhwama

Oyedwa walabantu besifazane ubonakala elokhu esidonsa kancane isikhwama abanye belokhu beqalaza.

Kubikwa ukuthi lesi sigameko senzeke esitolo sokudlela sakwaSpur iPlumstead, eKapa ngenyanga ephelile njengoba le video isiphuma manje.

Lesi sigameko sibikwe emaphoyiseni aseKapa, kubika iNewswatch.

Buka nansi ivideo:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.