Ivideo: 'Nginovalo ngemiphumela yokhetho'

2016-08-05 10:01

Johannesburg - Njengoba iDemocratic Alliance ihamba phambili eGoli naseTshwane izinkundla zokuxhumana ilokhu iphayize elibomvu ilambu ngemiphumela yokhetho. 

Njengoba i-DA iphambili nje ezokuxhumana aziwuvali umlomo njengoba abasebenzisa iTwitter beligcona leli qembu eliphikisayo.

Omunye wabasebenzisa iTwitter u-@Pharoahfi ufake ivideo ehlekisayo ezwakalisa ukuthi uthuke kangakanani ngokuthi i-DA ingase iphume phambili, kubika iDaily Sun.

Kule video uPharoahfi uphinde asho ukuthi ugcwele uvalo okuphambene nokushiwo yi-ANC njengoba yona ithi "Asinavalo".

IVIDEO:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.