Ivideo: Owesifazane ebeletha emnyango wesibhedlela

2016-08-12 14:31

London - Sekusabalale ivideo etshengisa owesifazane eteta ingane yentombazane ngaophandle kosizo lodokotela emnyango wesibhedlela.

UJessica Stubbins waseScunthorpe uthole ingane yesibili yentombazane, uLucy, kungakapheli mizuzu engena emnyango wesibhedlela abehlele khona ukuteta.

"Lokhu kuyisimanga, angazi ngithini. Sihlezi sizwa ngezingane ezitetwe ematekisini izulu lilibi, likhithika kodwa angikazi ngizwe ngebelethelwa emnyango wesibhedlela," kusho uBridget.

Umyeni kaStubbins uTom okunguye owamshisya esibhedlela utshele abeGood Morning Britain ukuthi: "Ngangingakahambi knakakhulu  kodwa ngaphuthwa!"

UStubbins yena utshele abe-ITV ukuthi: "Ngitshele uTom ukuthi kungangcono angishiye emnyango wesibhedlela ngesikhathi esayipaka imoto. Sengizama ukuvala isicabha ngokushesha ngangazi ukuthi isiyeza indodakazi yami."

Kubikwa ukuthi uLucy usesimeni esikahle ngokwempilo, kubika iNewswatch.

Ivideo:

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.