Ivume elilodwa kwangu-22 indoda yasePitoli

2016-05-23 13:29

Pretoria - Indoda esidume ngelikaSprings Monster ivume icala elilodwa kwangu-22 ethweswe wona, Lokhu kulalelwe eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoMsombuluko.

Ukuqulwa kwecala le ndoda eneminyaka engu-36 ubudala nowayengunkosikazi wayo kuqale ngoMsombuluko ekuseni.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abasolwa abayisithupha ngokugebenga indawo yokungcebeleka

USprings Monster ulivumile icala lokuphazamisa iphoyisa ngesikhathi lenza uphenyo.

Lezo zithandani zibhekene namacala angu-22 okubalwa kuwo elokudlwengula, ukuhlukumeza nokutholakala nezidakamiza.

Lo wesifazane oneminyaka engu-36 ubudala uwavume wonke amacala athweswe wona.

Laba bobabili baboshwa ngo-2014 ngokulaxaza izingane zabo ezinhlanu nokuzithumba iminyaka.

Amagama ezingane agodliwe ngenhloso yokuzivikela.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.