Iwephansi yalimaza ingane ebiyiphethe indoda idutshulwa kuphangwa

2016-07-20 11:31

Durban - Kulimale ubaba nengane yakhe enezinyanga ezintathu izelwe ngesikhathi izigebengu zizama ukuphanga.

Isakhamuzi sase-Aqudene ngeSonto ebusuku saphuma ekamelweni laso siphethe ingane yaso ngesikhathi sihlaselwa ngamadoda amabili ayehlomile endlini.

OLUNYE UDABA: Umsolwa udubule omunye "ngephutha" kuphangwa eKZN

Umsolwa udubule kabili ngenshwa washweba edubula ingane kodwa walimaza ubaba wayo ovele wawa phansi wawisa nengane.

Ingane yalimala ngesikhathi iwa.

Zombili lezi zigebengu zibe sezibaleka endaweni.

Izisulu ziphuthunyiswe esibhedlela iNgwelezana .

Kuvulwe icala lokuzama ukubulala esiteshini samaphoyisa aseRichards Bay, kubika iZululandobserver.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.