'IWits isibeke u-R2.5m ngomdlali, iChiefs yona isathule'

2016-08-17 20:29

Johannesburg - IBidvest Wits isibekele iBlack Leopards u-R2.5m ngoSiphelele Ntshangase, kanti iKaizer Chiefs yona isabuze ukuthi uyatholakala yini kuphela, kubika iSoccerLaduma.

Maningi amahlebezi ngalo mdlalo oneminyaka engu-23 ubudala kulandela ukudlala kahle kwakhe ngesizini ka-2015/16 kwiLidoda Duvha – njengoba emataniswa neChiefs, Wits kanye namanye amaqembu.

Funda nalolu daba:  Wonke amehlo athe njo kuCaster

Abaphathi beLeopards kuthiwa bafuna imali elinganiselwa ku-R5m ngalo mdlali ukuze bamdedele, kanti iSiya Crew ithi ibikelwe ukuthi iWits yona ibeke etafuleni u-R2.5m, kodwa iLeopards ibingakaphenduli.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.