Iyakhathaza eyamaphoyisa abandakanyekwa kwawokudlwengula

2016-05-06 12:28

Cape Town – I-Independent Police Investigative Directorate (Ipid) ithi iyakhathaza kakhulu eyokunyuka kwezinga lamacala okudlwengula abandakanya amaphoyisa.

Kusukela ngoJanuwari, lolu phiko olubhekelele ukuziphatha kwamaphoyisa seluthole izikhalazo ezinhlanu ezibandakanya ukudlwengulwa kwezingane ezingaphansi kweminyaka, okusolwa kuzo amaphoyisa.

Kwesinye isigameko eGauteng, iphoyisa lisolwa ngokudlwengula indodakazi yentombi yalo eneminyaka engu-17 ubudala.

OLUNYE UDABA: I-Ipid iphenya ezokushona kwabasolwa ezitokisini

Ngenyanga eyedlule eBenpni, iphoyisa lavulelwa icala ngokudlwengula indodakazi, 14, elingayizali.

Okhulumela i-Ipid uRobbie Raburabu uthi kuphinde kwaboshwa iphoyisa lase-Oudtshoorn elisolwa ngamacala ocansi enzeka ngoJanuwari owedlule.

“Iyakhathaza kakhulu eyezingane ezihlukunyezwa amaphoyisa, akumele engabe iyenzeka le nto. Sizokwenza konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi abenzi bokubi bayajeza.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.