Iyangcwatshwa namhlanje ingane eyashona kunombhikisho eThekwini

2017-06-03 11:01

Durban – Luzobekwa ekhaya lalo lokugcina usana obelunamasonto amabili luzelwe, uJayden Khoza, olwashona esigamekweni okusolakala ukuthi amaphoyisa ajikijela usisi olukhalisa unyembezi lwase luyahileka.

Lesi sigameko senzeke ngesikhathi kunombhikisho wezindlu owawusemijondolo yaseThekwini.

UKhoza uzongcwatshelwa emathuneni aseMolweni, eNanda, ngoMgqibelo.

Inkonzo yomngcwabo izokuba seForeman Road, eClare Estate‚ lapho abazali bale ngane behlala khona, kubika iSowetan.

Ngemuva kokushona kwale ngane, umama wayo wayephelezelwa ababhikishi ephethe isidumbu sosana lwakhe belibangise esiteshini samaphoyisa.

Okhulumela inhlangano Abahlali baseMjondolo uThapelo Mohapi wathi ngesikhathi kuqhubeka lo mbhikisho, amaphoyisa agasela kule mijondolo ashaya abantu ngamaqupha, iziqobolo aze adubula nangezinhlamvu zenjoloba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.