Iyaqhubeka imizamo yokutakula abavukuzi abavaleleke emgodini

2017-08-26 12:11

Johannesburg – Izoqhubeka imizamo yokutakula eKusasalethu Mine eCarletonville kuze kukhishwe abavukuzi abahlanu abavaleleke emgodi, kusho i-Harmony Gold.

“Abatakuli bazothungatha izisebenzi ezivalekele egodini baze bazithole, kanti ukuzisindisa kuseqhulwini kithina njengamanje,” kusho okhulumela inkampani uMarian van der Walt.

UVan der Walt uthe babalelwa kwabangu-3 000 abavukuzi ebebesebenza ezingxenye ezithize zemayini ngesikhathi kudilika ngabo-10.30 ekuseni ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Kushone isalukazi,99, esishayiswe sahudulwa yiloli

Kukholakala ukuthi isigameko sidalwe ukuzamazama komhlaba okwenzeke eskuseni.

“Bonke abavukuzi batholakale ngaphandle kwabahlanu. Zizama zonke izindlela ukubatakula.”

NgoLwesihlanu ebusuku abatakuli bafake i-oxygen emgodini ukugcina abavukuzi bephila.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.