Iyavalwa ipaki lokungcebeleka nokudlala izingane eKapa

2018-04-13 19:30

eKapa - Ipaki ebeliyindawo yokuzithokozisa nokungcebeleka kwemindeni eKapa isizovalwa unomphelo.

Leli paki elaziwa ngokuhi yiRatanga Junction lizovalwa unomphelo ekupheleki kwenyanga ka-Ephreli.

Le bekuyindawo ethandwa kakhulu futhi nebiheha izinkumbi zezivakashi kuleminyaka ecishe ifinyelele ku-20.

OLUNYE UDABA:UShoprite noCheckers bazobabuyisela imali abathenge imikhiqizo yakwa-Enterprise nakwaRainbow

Ukuvalwa kwayo kuvulela amathuba amasha wentuthuko kule ndawo.

Ngokusho kukaMphathi-Jikelele weRatanga Junction uBill Taylor leli paki lenza kahle kakhulu.

"Sihambelwa ngabantu abacishe bafike kwisidigi ngonyaka. Bangu-2 300 abantu abafika ngosuku nokuyinto ebonisa ukuthi ibhizinisi lihamba kahle kakhulu,"kusho yena.

Uthi lo mhlaba ubekelwe ukuba usetshenziselwe intuthuko ethile.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.