Iyinkinga eyezinombo zezimoto eziphindaphindiwe

2016-11-18 15:27

Newcastle – Abahayeli bezimoto bayakhala ngokukhokha imali eningi njengoba kunomkhonyovu wokuphindaphindwa kwezinombo zezimoto.

NgoSepthemba, uRajah Reddy uthole ukuthi ukweleta imali engango-R 492 ngemoto enezinombolo ezifana neyakhe kodwa kuyimoto angayazi futhi ibihamba endaweni angayazi.

"Amaphoyisa awakwazanga ukuthola ubufakazi bokuphindwa kwalezi zinombolo emishinini yabo, kodwa banabo ubufakazi bokuthi baningi ababika ngenkinga efanayo.

OLUNYE UDABA:Igcine itholakele imoto yomculi kaMaskandi eGoli

Isisebenzi saseSANRAL siqinisekisile ukuthi uReddy uvule icala sathi sebejwayele ukuthola izikhalazo ezifana nalezi, kubika iNewcastle Advertiser.

Izigebengu zenza lokhu ngoba zigwema ukukhokhela izinto ezifana nama-eToll kanye nama-Tol gate ngoba ziyazi ukuthi isikweletu sizoya kumnikazi wemoto.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.