Izakhamuzi zaseKatlehong zishise izitolo zabokufika

2016-05-13 08:37

Johannesburg - Kushiswe izitolo zabokufika elokishini laseKatlehong ngoLwesine ebusuku.

Amaphoyisa athi lesi sigameko sokuhlasela kungenzeka ukuthi sihlongozwe isigameko sokushona kwesakhamuzi.

Lesi sakhamuzi kusolwa ukuthi sadutshulwa sabulawa ngabokufika kuleli endaweni ngenyanga eyedlule kulandela ukuzama ukugqekeza isitolo.

OLUNYE UDABA: Bacela usizo abokufika eGoli

Akukaboshwa muntu, kubika i-SABC.

Umnikazi wesitolo uNasim Mahamud uthe, "Bathatha yonke impahla, imali ngisho nezingubo zami zokugqoka.Bathatha konke, anginawo umuzi, anginalutho nje, yingakho ngihlezi la esiteshini samaphoyisa.

USihlalo webhodi lomphakathi wamaSomali eNingizimu Afrika u-Amir Sheik uthe, " Inkinga yami ukuthi ngikhatahzekile ngokungakwazi kwamaphoyisa akuleli ukuvikela abantu bakithi uma sidinga usizo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.