Izakhamuzi zaseNquthu zithole elinye ithuba lokuvotela abaholi

2017-05-24 09:31

Nquthu – Izakhamuzi zaseNquthu zithola elinye ithuba lokuvotela abaholi bazo okhethweni olubhekwe ngabomvu lohulumeni basekhaya oluzoba kumawadi angu-17 ngoLwesithathu.

Uhulumeni waKwaZulu-Natal wahlakaza umkhandlu ngoFebhuwari ngemuva kokwehluleka ukukhetha abaholi abasha, okubalwa kubona uMeya kanye noSomlomo, kulandela ukhetho lohulumeni basekhaya lwango-Agasti 3.

UMasipala waseNquthu yiwona kuphela kuleli ongenayo iMeya.

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo osolw angokubulala ingane,3

Bangu-81 085 abantu ababhalisele ukuvota eNquthu, ngokusho kwesitatimende se-Electoral Commission of SA (IEC).

Izikhungo zokuvota zivulwe kusukela ngo-07:00 kanti kulindelele zivalwe ngo-19:00.

Bangu-359 abangenele ukhetho kanti angu-14 amaqembu ezombusazwe, okubalwa kuwona i-ANC, IFP, NFP, EFF, DA, kanye neBlack First Land First.

Ngonyaka odlule bangu-58.27%  abantu abaphuma ukuzovota. I-IFP yanqoba izihlalo ezingu-15, i-ANC ezingu-14, i-NFP yathola ezimbili, kwathi iDA ne-EFF bathola isihlalo esisodwa iqembu ngalinye.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.