Izakhamuzi zimise yonke into eVuwani

2017-09-04 11:04

Johannesburg – Izakhamuzi zaseVuwani zivale leli lokishi laseLimpopo ngoMsombuluko zikhala ngokungazitholi izidingongqangi.

Amabhizinisi nezikole kuvaliwe kanti nezokuthutha komphakathi azihambi, nokwenza izakhamuzi zingakwazi ukuya emsebenzini.

Ababhikishi bathi uhulumeni wehlulekile ukufezekisa izithembiso ezenziwa uMengameli Jacob zuma ngoMeyi.

Umholi womphakathi eVuwani uthi uMkhandlu waseVhembe wehlulekile ukubahlinzeka ngezidingongqangi njengokwesivumelwano.

OLUNYE UDABA: 'Anagse enyuke amanani okugibela amatekisi'

“Sifuna uhulumeni wesifundazwe afezekile isinqumo esathathwa uMengameli waseNingizimu Afrika nenkosi yamaVenda uMphephu Ramabulana ngoMeyi,” kusho umholi womphakathi u-Alex Ramashau.

“Akukho osekwenziwe uhulumeni wesifundazwe kusukela lapho…sesibambe imihlangano eminingi nabo.

Amaphoyisa aphume ngobuningi bawo ukuqapha isimo endaweni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.