Izakhamuzi zishaye amavolontiya abezokhankasa

2016-07-07 19:01

Port Elizabeth - Abaleke kukubi amavolontiya abezokhankasa kwaZakhele eshaywa umphakathi, kubika i-eNCA.

Kume yonkinto ePort Elizabeth izakhamuzi zishaya amavolontiya zalahla nezingqwembe zabo zamakhansela abazowakhankasela.

Izakhamuzi zakule ndawo zikhala ngokuthi lama khansela aphakanyisiwe akusiwona lawa avotelwa umphakathi ngakhoke abafuni lutho ezobahlanganisa nemikhankaso.

"Sifuna uXabiso Ndoli hhay uXaba Nqakazi, akekho ofuna uXaba kule wadi kodwa i-ANC isiphoqa ngenkani ukuba simamukele njengoba ehamba imizi nemizi ekhankasa,"kusho uMandisa Lesita oyisakhamuzi saseWadi 22 kwaZakhele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.