Izakhamuzi zishise imizi ngokunyamalala kwentombazane

2017-11-09 07:38

Johannesburg - Kungqongqiswe imizi emithethu eyehlukene eRustenburg ngemuva kokunyamalala kwentombzane, kusho amaphoyisa aseNorth West ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Pelonomi Makau uthe amaphoyisa aphenya icala lokushisa ngemuva kokushiswa kwemizi ngoLwesibili ebusuku eRustenburg East End.

"Kusolwa ukuthi amalungu omphakathi asola abanikazi bemizi (abangokufika kuleli) ngokunyamalala kwentombazane, 14. Akekho osaboshiwe okwamanje kanti isimo sisekahle okwamanje. Amaphoyisa afuna ingane yentombazane elahlekile."

OLUNYE UDABA: Izakhamuzi zijabulele ukushona kowesilisa wasendaweni

Uthe amaphoyisa eRustenburg acele amalungu omphakathi ukuba awasize ngokufuna uGomolemo Karabo Harabe, 14, ohlala kuBuiten Street, e-East End eRustenburg.

UGomolemo ungumfundi wasesikoleni iRustenburg Technical High. Wagcina ukubonakala ngomhlaka-3 Novemba ntambama ephuma esikoleni eya ekhaya. Kwabikwa emaphoyiseni ukuthi ulahlekile ngomhlaka-5 Novemba.

"Amaphoyisa acela loyo ongase abenolwazi olungaholela ekutheni kutholakale le ngane axhumane nomseshi uDetective Sergeant Ernest Modise ku-060 967 3932 noma ku-073 189 9343." 

 - ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.