Izakhamuzi zishise zabulala omunye wababambe inkunzi isitolo sotshwala

2017-07-31 09:31

Polokwane – Izakhamuzi ebezidiniwe zishise zabulala owesilisa ngoMgqiqbelo ngemuva kokuba yena kanye nabanye abathathu bebambe inkunzi isitolo sotshwala eGa-Mphusheng Village ngaseLebowakgomo.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Motlafela Mojapelo uthe abasolwa basabise baphinde babamba inkunzi abanikazi besitolo.

"Amalungu omphakathi abeseduzane akwazile ukubamba omunye wabasolwa ngemuva kwaseBar Lounge, bamshisa wangqongqa."

OLUNYE UDABA: Kutholakale usana lushonile enyuvesi

NgeSonto ekuseni, amaphoyisa abophe abanye abasolwa abathathu eSoshanguve, eGauteng.

"Abasolwa ababili kwababoshiwe bahlala eMamelodi kanti oyedwa ngowaseSoshanguve, baneminyaka engu-32, 34, Nengu-36 ubudala," kusho uMojapelo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.