Izangoma zezulu zithi amakhaza azobe eshubusa umkantsha eKZN

2016-07-22 20:31

Durban - Izangoma zezulu zibika ukuthi amakhaza azobe ebuza ukuthi ungubo ungakhi ngale mpelasonto kwaZulu-Natal.

Ngokwemibiko ye-Newswatch, uThandiwe Gumede okhulumela i-SA Weather Service uthe lizonetha futhi kuzobanda kakhulu kulezi nsuku ezimbalwa ezilandelayo.

OLUNYE UDABA:Isimo sezulu esishubisa umnkantsha kuleli sonto

“Kulindeleke iqhwa eliningi ngeSonto nangoMsombuluko, ngaphezu kwalokho kulindeleke imvula enamandla ezindaweni eziningi kulesi sifundazwe,” kusho yena.

Abaqaphi bomgwaqo u-N3 baxwayisa abashayeli bezimoto ukuba bashayele ngokukhulu ukuqaphela ngoba isimo sezulu esingesihle singabaphazamisa endleleni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.