Izangoma ziphekwa ngemibuzo ngokubulawa kwezingane ezimbili

2016-12-02 16:01

Lebowakgomo – Kutholake izidimbu ezimbili zabafana abanqunyiwe – abaneminyaka eyisikhombisa neyishumi ubudala, ngaseGa-Chuene eThokgoaneng, eLimpopo ,ngoLwesine.

Abafana kuthiwa ngoPetrus Shoka, 7, noSamuel Ngobeni, 10.

Bobabili banyamalela ngoMsombuluko kanti babegcine ukubonakala bedlala emgwaqeni khona endaweni.

OLUNYE UDABA: Unogada ukhafulelwe inyoka enobuthi ebusweni

Okhulumela amaphoyisa uMoatshe Ngoepe uthe izidumbu zabafana zitholwe obezidlulela ngendlela.

"Izidumbu zabo zitholwe obedlula ngendlela obesebikela amaphoyisa. Sibe sesiphuthuma khona ngokushesha, kwatholakala izidumbu zezingane zinamanxeba ekhanda,” usho kanje.

"Imbangela yokubulawa kwabo ngesihluku ibingakaziwa. Kube sekuboshwa izangoma ezintathu, ezineminyaka engu-26, 24 nengu-39 ubudala ngenhloso yokuba ziphekwe ngemibuzo. Uphenyo luyaqhubeka,” kusho uNgoepe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.