Izelamani zakuleli ziboshelwe itulo lokuqhumisa izikhungo zase-US

2016-07-11 17:30

Johannesburg – Zizohlala ezitokisini izelamani ezimbili ezixhunyaniswa ne-Islamic State ngezinhlelo zazo zokuqhumisa izikhungo ezimbwalwa zamaJuda kanye ne-US embassy eNingizimu Afrika.

UBrandon-Lee kanye noTony-Lee Thulsie, abangamawele aneminyaka engu-24 ubudala abhekene namacala ahambisana nawokuba ngamadelakufa.

OLUNYE UDABA:Uhluleke ukucacisela inkantolo ukuthi umufi wazibulala kanjani

Laba bobabili baboshwe ngempelasonto ngaseNewclare kanye naseFlorida kanti bavele enkantolo kaMantshi eKagiso ngoMsombuluko.

“Abasolwa baphule umthetho ngekuzibandakanya ezinhlelweni zokushisa izikhungo zamaJuda kanye nezaseMelika ezikuleli lizwe ngezinhloso zokulimaza, ukubulala kanye nokushabalalisa lezi zakhiwo,” umbiko owethulwe enkantolo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.