Izeyaquleka indoda ibhaxelwa ukusuza ilele

2016-07-06 11:34

Harare - Zimkhalele owesifazane ngcala lodlame lwasekhaya ngezinsolo zokushaya umyeni wakhe ngoba esuze elele embhedeni, kusho amaphoyisa aseZimbabwe.

Amaphoyisa aseMpumalanga athe abophe uNompumelelo Nyamane ngemuva kwezinsolo zokushaya umyeni wakhe uFikile Nyamane ngesikhathi elele embhedeni wasebenzisa i-pepper spray.

OLUNYE UDABA: Ushaye umyeni ngetshe washona kubangwa eyegilosa

UNompumelelo uthweswe icala lodlale lwasekhaya.

Ngokusho kwesisulu, ngesikhathi elele ngimshaye ngendololwane ebusweni, ngesikhathi ebuza ukuthi ngimshayelani ngimtshelile yjytgu ngimshayela ukusuza.

Ngemuva kokuzama ezame ukuqhubeka noklulala ngivele ngacasuka ngahlala phezu kwakhe ngamshaya waze waquleka. UFikile uginqikle embhedeni wawela phansi lapho unkosikazi wakhe amkwebhe khona esifubeni.

Lo wesifazane ube esesebenzisa i-pepper spray eqinisekisa ukuthi umyeni wkaghe akaziphindiseleli., kubika Worldwideweirdnews.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.