Iziboshwa zaseKgosi Mampuru zinikelelwe ngama-laptop

2017-06-21 11:01

Johannesburg – Iziboshwa zasejele iKgosi Mampuru zinikelelwe ngama-laptop njengengxenye yohlelo lokuba zizithuthukise zona uqobo kanye nangemfundo.

Kuthiwa lokhu kwenzelwa ukuthi zithi uma seziphumela ngaphandle seziqede izigwebo zazo noma zithola ushwele, zikwazi ukufika ngaphandle ziqhubeke nempilo.

“Kuyisifiso sami ukuthi nami ngiphonse itshe esivivaneni ngoba kuyiqiniso elingephikiswe ukuthi iziboshwa eziningi la zingabantu abasha.

OLUNYE UDABA: Zivuke umbhejezana iziboshwa zinikwa i-mash ejele

“Ngicabanga ukuthi lisekhona ithuba lokuthi bahlunyeleliswe izimilo, baguquke ezenzweni zabo ezimbi bese bebuyela emphakathini. Ngalokhu sizama ukuthi bathi uma sebededelwa baphume benolwazi abaluphethe,” kusho uNgqongqoshe wezokuVakasha uThokozile Xasa.

UXasa uthe iziboshwa zizothola izitifiketi ngamakhono eziwathola ngaphakathi ejele.

Uqhube ngokuthi zibalelelwa ku-200 iziboshwa ezizohlomula kulolu hlelo.

La ma-laptop kuthiwa anikelelwe yinkampani yaphesheya kwezilwandle i-Amadeus‚ kanye ne-Iberia okuyinkampani yezindiza yaseSpain ezinikele ekuletheni la ma-laptop kuleli mahhala.

Thola udaba oluphelele kuSowetan.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.