Izidubule yazibulala ingane ithola ngesibhamu endlini

2016-07-04 20:30

Clarksville - Uzidubule ekhanda washona umfana oneminyaka engu-3 ubudala ngesikhathi ethola isibhamu emzini wabazali bakhe ngesikhathi bona besaphumile.

Amaphoyisa aseClarksville athe aqalise uphenyo kulandela isigameko somfana ozidubule ekhanda washona ngesibhau asithole kubo ngoLwesihlanu ngezithuba zabo-17:30.

OLUNYE UDABA: Ingane, 3, idubule yalimaza abazali

Abezicishamlilo namaphoyisa aseClarksville aphuthume endaweni yesigameko kuSamantha Lane lapho abafice umfana enenxeba lokudutshulwa ekhanda.

Lo mfana uphuthunyiswe esibhedlela iTennova Medical Center la ashonele khona.

Belingakavulwa icala, kubika iWorldwideweirdnews.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.