Izigebengu ezihlomile zihlasele endaweni obekuholwa kuyo imali yesibonelelo

2018-05-02 16:00

EThekwini - Izigebengu zigasele lapho kuholelwa khona imali yesondlo sikahulumeni enxanxatheleni yezitolo i-Eikestad Mall, eStellenbosch, kusho umbiko.

Amaphoyisa athi abasolwa bebe isamba semali esingadalulwanga ngesikhathi bephanga kule ndawo ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA:Kuyaphenywa ngobulawelwe 'ukweba' izimbuzi

Okhulumela amaphoyisa uNoloyiso Rwexana uthe: "Abaseshi bathungatha amadoda amane agasele kule nxanxathela yezitolo ehlomile eba imali."

Kuvulwe icala lokuphanga kuhlonyiwe.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.