Izigebengu zaphoqa isalukazi ukuba sikhase phansi zisiphanga

2017-06-13 16:02

Port Elizabeth – Amaphoyisaa asePort Elizabeth aphenya icala lokuphanga ngemuva kokuhlaselwa ngesihluku isalukazi esineminyaka engu-70 ubudala emzini waso, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Sandra Janse van Rensburg, uthe isigameko senzeke eBrakkefontein ngoLwesibili ebusuku.

"Isisulu sihlala sodwa kanti ngobusuku bangoLwesibili sathi uma siphaphama sathola ukuthi iwindi laso lasekameleni liphihlikile kanti abasolwa abathathu bangene ngalo.

OLUNYE UDABA: Isalukazi sitholwe nezinyoka ebezizitika ngocansi namadoda nabesifazane

"Isisulu basisabisa, basifuna imali nezibhamu," kusho uJanse van Rensburg.

Lesi salukazi esingakwazi ukuhamba ngaphandle kodondolo, abasolwa basiphoqa ukuthi sikhase indlu yonke bona bebe bezitapela impahla yaso, kusho uJanse van Rensburg.

Abasolwa babaleka nemali, isikhwama semali neselula.

Isisulu sagcina sikwazile ukuthola usizo komakhelwane okuyibo abashayela amaphoyisa ucingo.

UJanse van Rensburg uthe isisulu sashaywa ngabasolwa kodwa asifunanga ukuya esibhedlela.

Akukaboshwa muntu ngalesi sigameko.

African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.