Izigebengu zibanjwe zisadiliza iSpaghetti elolini

2016-08-15 13:30

Johannesburg - Amaphoyisa aseGoli azithele phezu kwemigulukudu isematasa ngeSpaghetti, kubika iCitizen.

UPhiko lwe-Flying Squad lungaqinisekisa ukuthi kuboshwe abasolwa abane abaseminyakeni ephakathi kuka-18 no-30 ngesikhathi betholakala begebenga imikhiqizo yeFattis & Monis elolini.

Leli loli elimhlophe lakwaScania lithunjwe e-Evaton ngeSonto kanti nabasolwa babanjwe oqotsheni.

OLUNYE UDABA:Zibulawa njengamaphela izigebengu eKZN

“Abasolwa basebenzise umshini wokujema i-tracker, kodwa inkampani yakwaTracker ikwazile ukulandela umkhondo waleli loli bayithola edolobheni,”kusho uXoli Mbele okhulumela amaphoyisa.

Abasolwa bazovela phambi kweMantshi yaseGoli ngecala lokweba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.