Izigebengu zibanjwe zisageza esangomeni, kwaGqikazi

2017-05-25 12:32

Durban - Abasolwa abangu-12 babanjwe besenyangeni beyogeza ukuze amaphoyisa angababambi njengoba bebesanda kwenza ubugebengu.

Ngeshwa umuthi wabo wokugeza awusebenzanga njengoba bebanjwe yiwona amaphoyisa abebawabalekela.

Laba basolwa abaseminyakeni ephakathi kuka-23 kuya ku-46 ubudala babhekene namacala okutholakala nezikhali kanye nempahla eyebiwe.

Lokhu kwenzeke ngoLwesibili endaweni yakwaGqikazi, oLundi, kanti kulindeleke ukuba bavele enkantolo yasoLundi kungekudala.

OLUNYE UDABA:Ibulawe nezigebengu inyanga ebidume ngekhanda eMafakantini

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Jay Naicker uthe amaphoyisa endawo ebambisene nophiko lwe-K9 babambe abasolwa abangu-12 bephethe izibhamu ezingu-12 kanye nezinhlamvu.

"Umphakathi ubikele amaphoyisa ngezenzo ezisolisayo kule ndawo, amaphoyisa afike asesha yonke indawo.

"Kushaqwe imoto eyebiwe, isibhamu sohlob lwe-AK47, ama-Luger riffle amabili, i-R5, i-revolver, ama-pistols amabili kanye nezinhlamvu ezingu-120," kusho uNaicker.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.