Izigebengu zidubule onogada zabaleka namabhokisi kagwayi

2017-03-02 16:01

Johannesburg - Amadoda ayisithupha abehlomile ahlasele onogada ababili nabasebenzi benkampani kagwayi, iBritish American Tobacco (BAT) ngoLwesithathu, kubika iLowvelder.

Ngokusho kwalowo okhulumela amaphoyisa uBrigadier Leonard Hlati uthe: "Onogada benkampani iFedility bebepake ngaphandle kwasethaveni iShabalala Ndosi beqaphe izisebenzi zakwa-BAT ebezilethe ugwayi ngezithuba zabo-15:00 izolo."

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abasolwa ababili ngokuduna imoto kagwayi

Abasolwa badubule onogada, oyedwa udubuleke ehlombe omunye wadubuleka engalweni.Abasolwa babe sebehlasela izisebenzi zakwa-BAT ngaphakathi ethaveni.

Abasolwa babaleke namabhokisi agwayi amathathu nesamba semali esingadaluliwe. Kwebiwe nezibhamu zonogada.

Abasolwa babaleke ngemoto yohlobo lweFord Kuga emhlophe kanye nePolo. Ama-number plate alezi zimoto awaziwa.

Onogada balashelwe eMediclinic eNelspruit. Oyedwa wabo uphume esibhedlela khona izolo kanti omunye usesimeni esibucayi.

Amaphoyisa aphenya icala lokuphanga nokuzama ukubulala kanti bekungakaboshwa muntu.

Onolwazi uyacelwa ukuba ashayele uBrigadier Obed Ngwenya ku-082 565 6417.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.