Izigebengu zigqekeze esitolo sokudla emahhovisi oMnyango wezamaJele

2017-06-23 16:00

Mpumalanga -  UMnyango wezamaJele eMpumalanga uvule icala kulandela ukugqekezwa kwesitolo sakhona sokudla.

Ngokusho kwenkampani yezokuphepha okuyiyona elawula le ndawo yokudlela lokhu kwenzeke ngezintatha zangoLwesine.

Uhlelo lwama-alamu lutshengisa ukuthi kukhona umuntu obezama ukuluphazamisa ngo-01:00 ezintatha.

Ngemuva kwemizuzu eyishumi, onogada bafikile kule ndawo kodwa bathola ukuthi konke kuhamba kahle.

OLUNYE UDABA:Nazi izindlela zokonga imali ngo-2015

Bezwe ngezisebenzi ekuseni ukuthi umnyango wesitolo ubuvuliwe ngesikhathi befika.

Kuthiwa izigebengu zithathe isamba semali engaziwa kanye nencwadi yamasheke.

Kusolakala ukuthi imigulukudu isebenzise i-grinder ukuvula i-safe lapho kuhlala khona imali.

Okhulumela lo Mnyango uMesia Hlongwane, uthe akekho olimele kulesi sigameko kanti amaphoyisa asaphenya, kubika iThe Citizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.