Izigebengu zigwaze owesilisa enqaba nesikhwama sentombi

2016-08-18 11:30

Durban - Izigebengu ezimbili zigwaze zabulala owesilisa zizama ukubamba intombi yakhe inkunzi.

Ngokusho kukaLieutenant Colonel Thulani Zwane lokhu kwenzeke ngoLwesithathu ebusuku kumgwaqo uNorth Coast Road.

Lo mlisa kanye nentombi yakhe bahlangane namadoda amabili azame ukubabamba inkunzi.

Funda nalolu daba:"Lathi isoka lami lizongenza isigcilikisha uma ngilishiya"

“Isoka lizame ukubaleka nesikhama sentombi, kodwa izigebengu zimjahe zamubamba. Oyedwa wabo ugwaze lo mlisa amanxeba ambalwa behilizisana ngesikhwama,”kusho uZwane.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko eseshonile lo mlisa, kubkia iJacaranda News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.