Izikhukhula zidale umonakalo, kwashona abantu abangu-33

2016-07-03 09:29

Peshawar - Izikhukhula ezidalwe yizimvula ezinkulu ebezina zingenamkhawulo ePakistan zibulale okungenani abantu abangu-33, kusho izikhulu ngeSonto.

Le mvula kuthiwa iqale ngoMgqibelo ebusuku, kanti ibiyidliva kakhulu eKhybher Pakthunkwa.

OLUNYE UDABA: Izikhukhula zibulale 27 eNdiya

Isifunda esithikamezeke kakhulu yiChitral, lapho izikhukhula zigugule khona ithempeli lamaSulumane, kusho iMeya uMaghfirat Shah etshela i-AFP.

U-Osama Waraich, oyisikhulu sendawo, unezele ngokuthi kutholakale ezinye izidumbu ezingu-8 zabantu abebedukile, kanti amasosha ayisithupha asadukile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.