Izikhulu zase-OR TAmbo Airport nazo ziyasiza ngokufunwa kuka-Ajay Gupta

2018-02-16 12:32

Johannesburg - Izikhulu esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo zisebenzisana namaphoyisa ophiko loKlebe ukuthola u-Ajay Gupta.

OKlebe bacabanga ukuthi u-Ajay ubalekile kuleli ngemuva kokuhluleka ukuvela eNkantolo yesiFunda eBloemfontein ngoLwesine kulandela ukuboshwa kwakhe.

Eminye imibiko ithi wathatha ibhanoyi elibheke eDubai ezinsukwini ezingu-10 ezedlule.

Imingcele yakuleli iqashwe ngelokhozi ukuqinisekisa ukuthi uyatholakala, kuqhuba umbiko.

OLUNYE UDABA:AbakwaGupta sebedayise isiteshi i-ANN7 kanye nephephandaba i-The New Age

U-Ajay ufunelwa izinsolo zokubandakanyela kwioState capture odabeni lwe-Estina Dairy Farm Project. Lo mklamo wawuhlelelwe ukusiza abalimi abamnyama kepha imali yagcina ingafinyelelanga kubo.

Sekukhishwe izincwadi ezigunyaza ukuboshwa kwabantu abangu-13, kubalwa namalungu omndeni ongomacaphunakusale wakwaGupta.

Okwamanje kuvele abantu abangu-7 kwabangu-8 enkantolo kwababoshiwe, kubalwa nezikhulu zikahulumeni.

La bantu badedelwe ngebheyili ephakathi kuka-R10 000 no-R200 000.

Icala lihlehliselwe u-Agasti.




 - eNCA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.