Izikhulu zikahulumeni zizovakashela eLadysmith

2017-11-02 09:33

Ladysmith - Izikhulu zikahulumeni ngoLwesine kulindeleke ukuba zivakashele endaweni okwenzeke kuyo isigameko sokubulawa kwesikhulu samatekisi nabanye abantu abadutshulwe babulawa ngoLwesibili.

Kushone abantu abangu-11 esigamekweni okukholakala ukuthi sihlobene nodlame lwamatekisi oluqhubeka phakathi kwezinhlangano zamatekisi amabili, iSizwe neKlipriver, kubangwa umzila osuka eMnambithi ubheke eGoli.

OLUNYE UDABA:Sesinyukile isibalo sabashone kwesenzeke eLadysmith

Oshayasibhamu abangaziwa bavulela ngenganono bebhekise evenini babulala isekela likasihlalo weKlipriver Taxi Association kanye nabantu abane abebehamba nalo sihlalo.

Ngesikhathi kwenzeka lokhu, izisulu bezhamba ngeveni eliphaphalazile layoshayisa itekisi okushone kuyo abantu abangu-6.

ISouth African National Taxi Council (Santaco) ikuphikisile ukuthi isigameko sangoLwesibili sokubulawa kwesikhulu samatekisi nelungu lomndeni waso eMnambithi, KwaZulu-Natal kuhlobene nombango wemizila.

UNobhala Jikelele weSantaco uJabulani Manqele uthe njengoba kunezinxushunxushu eziqhubekayo phakathi kwalezi zinhlangano zombili, isigameko sokubulala asihlobene nokuqhubeka phakathi kwazo.


 - eNCA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.