Izikole ezisezindaweni zasemakhaya yizona ezenze kahle kakhulu

2018-01-05 14:01

eGoli - Ibe miningi kakhulu imiphumela yabaphasele ukwenza izifundo ze-bachelor ezikoleni lapho kungakhokhwa khona imali yokufunda ngo-2017.

Lokhu kuvezwe wuNgqongqoshe weMfundo ephansi u-Angie Motshekga ngoLwesine ebusuku ngesikhathi ethula imiphumela kamatikuletsheni yango-2017.

"Lube lukhulu ushintsho kulokhu. Kusukela ngo-2015 kuze kube manje, kubonakala izinguquku ezinkulu kwinqubo esebenzayo,"kusho yena.

Izikole lapho kufundwa khona mahhala zizuze ama-bachelor angu-76‚300, kanti izikole zomtakabani zona zithole ama-bachelor angu- 67‚867.

OLUNYE UDABA:Uthi ufuna ukufunda impilo yakhe yonke ophase ngamalengiso

Ukuhlelwa kwezikole ngokwe-quintile kuhambisana neholi, ukungabibikho kwemisebenzi kanye nesimo saleyo ndawo.

Ngakhoke u-quintile 1 kuya ku-3 yizikole ezisezindaweni zasemakhaya noma emalokishini lapho ingakhokhwa khona imali yokufunda.

"Isifundazwe sakwaZulu-Natal‚ sibe nemiphumela emihle kakhulu kulo nyaka,"kuqhubeka uNgqongqoshe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.