IZimbabwe icela usizo eNingizimu Afrika

2016-11-03 10:00

Cape Town – UMengameli Jacob Zuma kulindeleke ukuba afike eZimbabwe ngoLwesine ekuseni kulandela ukumisa kancane uhambo lwakhe ngoLwesithathu kusalindwe umbiko kaMadonsela.

UZuma uzothamela umhlangano wokuqala weBi-National Commission, ngokusho kwabezindaba.

Abanye ongqongqoshe bahambe kuqala kunaye.

UMengameli Robert Mugabe noZuma yibona abazohola lo mhlangano.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu emotweni ebivutha umlilo

Ngokombiko weNew Zimbabwe, uhambo lukaZuma kuhloswe ngalo ukuqinisa ubudlelwane phakathi kweZimbabwe neNingizimu Afrika.

Khonamanjalo, iNews Day ngoLwesine ibike ukuthi uNgqongqoshe wezangaPhandle, uSimbarashe Mumbengegwi unxuse osomabhizinisi baseNingizimu Afrika ukuba baqale ukusebenzisana nabakuleliya lizwe ngenhloso yokusiza iZimbabwe kwezomnotho.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.