Izimpande ze-DA zisuka kwiNational Party - Zuma

2016-07-24 09:00

Nelson Mandela Bay - UMengameli uJacob Zuma utshele abalandeli be-ANC ukuthi uzoyipitshiza iDA futhi akukho Somlomo wasePhalamende ozomnqanda.

UZuma ubekhuluma kumcimbi womkhankaso waleli qembu obuseNelson Mandela Bay lapho agxeke khona iDA ngokuthi izimpande zayo zisuselwa kwi-National Party nokuyinhlangano eyayimele ubandlululo nokucindezelwa kwabantu abansundu.

OLUNYE UDABA:UZuma uthi amaqembu aphikisayo awanazihlelo ngezwe lethu

“Njalo uma bevula imilomo into yokuqala abayishoyo i-ANC, nokuyinto efana ncamashi nalena eyayenziwa iNational Party. Zingena kanjalo izinyoka emzini wakho,” kusho uZuma.

UZuma ubekhuluma nezinkulungwane zabalandeli bakhe abadele amakhaza nemvula ukuzohlanganyela noholi wabo enkundleni iDan Qeqe, kubika iTimeslive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.