'Izimvula ezinamandla aziwenzanga umehluko omkhulu emadamini aseKZN'

2016-07-27 13:31

Durban – Imvula ebiyidliva izinsuku ezintathu esifundazweni saKwaZulu-Natal ayizange yenze umehluko omkhulu emadamini akulesi sifundazwe ebesihlaselwe yisomiso.

Okhulumela uMngeni Water, uShami Harichunder, uthe nakuba emaningi amanzi angene amadamini ngemuva kwezimvula ezinamandla, mncane umehluko eziwenzile ukunyusa izinga lamanzi kuwona.

Funda nalolu daba: Sekuphinde kwabulawa elinye ilungu le-ANC

"Okwamanje, mncane kakhulu umehluko owenziwe yizimvula emadanyini okungawoMngeni Water."

UJulius Mahlangu weSA Weather Service uthi eThekwini kulezi zinsuku ezintathu kubenemvula engu-54.8mm.

Uthe lena yimvula enkulu kakhulu ngalesi sikhathi sonyaka.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.