Izindawo okudunwa kuzo kakhulu izimoto eGauteng, KZN naseW Cape

2017-02-09 12:32

Johannesburg – Kwenziwe ucwaningo ukubona izifundazwe ezinamazinga aphezulu kakhulu okudunwa kwezimoto.

I-C-trackokuyinkampani elandela umkhondo wezimoto eziduniwe, yiyo ekhiphe lo mbiko owawuqapha izigameko ezenzeke phakathi kukaJanuwari noDisemba wangonyaka odlule.

OLUNYE UDABA:Zicishe zaduna imoto yeSilo izigebengu eShowe

Le nkampani ibisebenzisana nophiko lwe-Arrive Alive ukuqapha izindawo eziyingozi kakhulu ezifundazweni ezinkulu.

Umhleli we-Arrive Alive uthe: “Sikholwa wukuthi lolu cwaningo luzosiza kakhulu abashayeli bezimoto bakwazi ukugwema izigameko zokuhlaselwa yizigebengu.” 

Lo mbiko uveza nohlobo lwezimoto ezidunwa kakhulu, kubika iWheels24.

Bheka nazi zizthombe ezichaza kabanzi ngezansi:

High risk areas: Kwa-Zulu Natal

High risk areas: Gauteng

High risk areas: Gauteng

Passenger vehicles stolen/hijacked

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.